Mayelana Nathi
Sidayisa imikhiqizo. Sikhulisa amabhizinisi. Sisiza abantu bashintshe ukuphila.
Clarico-Full Image
Ngenyanga edlule:
Ngaphezu 41 000 kuka
Ngaphezu 900 000 kuka

Kusukela ngo-1998 abantu bebelokhu beshintsha ukuphila kwabo nge-Botle Buhle Brands, besebenzisa amathuba emisebenzi abawanikiwe, ukuze bakwazi ukuthola iholo nyanga zonke futhi bavulele nabanye abasondelene nabo amathuba afanayo.

I-Botle Buhle Brands iyinkampani eholayo ekudayiseni ngokuqondile, ehlinzeka ngemikhiqizo esezingeni eliphezuluengabizi kakhulu kubadayisi bethu. Abadayisi banemikhiqizo ehlukahlukene abangayidayisa: imikhiqizo yasendlini, yezempilo nenhlalakahle, yezobuhle nemfashini.

Sithanda...
  • Sifuna uphumelele.
  • Sifuna uphile kangcono.
  • Sifuna wazi ukuthi uyithola kanjani imali.
  • Umphakathi nokuthembeka kuhle.
  • Ubunzima benza impumelelo.
  • Sitshala ebhizinisini sisekela wena.
  • Ikhwalithi ibalulekile.
  • Sikholelwa kokuzuzisa izizukulwane eziningi.
  • Sikholelwa ekunikeni abantu indlela yokuthola imali, ngaleyo ndlela sakhe izwe lethu.
Sithuthuka ndawonye
Ububha bungokoqobo emiphakathini yethu, abantu abaningi abakwazi ukubona amakhono abanawo ngenxa yesimo sabo somnotho. Okwenza lokhu kube kubi kakhulu ukusweleka kwamathuba amabhizinisi. I-Botle Buhle Brands inikeza umuntu ithuba lokuqala ibhizinisi ngokuthengisa imikhiqizo ephezulu nengabizi, ukuze akwazi ukuphila kangcono futhi lokho kwenza abantu babe nemisebenzi yokuziphilisa. Lapho sivula amathuba emisebenzi emiphakathini, siba nomthelela ozozuziza izizukulwane ezizayo.

Thuthukisa uthuthukise abanye

Yethu Brands
Botle Buhle Brands - ikhaya lamabrendi aphezulu
Our brands have been thoughtfully created with you in mind. We want you to get the best value for your hard earned money. If we can’t use our product, we won’t sell it. If the product doesn’t meet our stringent quality standards we simply keep on looking for, or designing, a product that will meet your needs. We obsess about quality, because you deserve quality at an affordable price, and that is the commitment of each of our home-grown brands.
Mayelana - Amabrendi Ethu - Cover image
Amabrendi
amabhizinisi akhulayo
  • Njalo Imikhiqizo efakwa nyanga zonke.
  • Over 2000 products to choose from.
  • Over 750 000 products sold monthly.
Amabrendi
amabhizinisi akhulayo
  • Njalo Imikhiqizo efakwa nyanga zonke.
  • Engaphezu kuka 2000 Imikhiqizo.
  • Engaphezu kuka 750 000 Imikhqizo
Ukuthuthukisa Kwabantu
Over the past 24 years Botle Buhle Brands has helped thousands of people who now enjoy the freedom and control of running their own business, hear from them.

Thuthukiswa nawe uthuthukise abanye